Bhekani Uthando [Hymn 18] Lyrics – Khaya Mthethwa

[Zulu – Hymn]

Uthando lukaBaba (My Father’s Love)
Lunje ngolwandle bo (Is like the ocean)
Lubanzi lujulile (It’s deep and wide)
Luyazeka yini bo (Is it known) (Repeat)

Lwafikelela kimi (I felt it even)
Ngisezonweni zam’ (While I was in my sins)
Alwaze lwangedlula (It did not pass me by)
Lwangisindisa nam’ (But it rescued me) (Repeat)

Refrain:
O Baba, ngiyabonga (Oh Father, I thank you)
Nangentliziyo yam’ (With all my heart)
Sengiyavuma ngithi (I confess and say)
Ungumsindisi wam’ (That you’re my Savior)

Ngizokwethemba njalo (I will always trust you)
Ngise semhlabeni (As I walk on earth)
Ngizokukhonza futhi (I will serve you and)
Ngothando entlizweni (love you and serve you) (Repeat)

Song 2:
Lapho kukhona (There He is)
uMsindisi wethu (Our savior)
Owasifela! (The one who died for us) (Repeat)

(Bekhani bheka) Bheka ezulwini
(Behold, look) Look to the heavens (Repeat)

Lapho kukhona (There He is)
uMsindisi wethu (Our savior)
Owasifela! (The one who died for us) (Repeat)

Song by Khaya Mthethwa

Similar Posts